ANC, uMnuz Fikile Mbalula, uthi amalungu eqembu aphinde abe amalungu eSACP kufanele akhethe ukuthi ahamba naliphi iqembu okhethweni lohulumeni basekhaya ...
Natal, obuzohanjelwa nguMengameli Cyril Ramaphosa wale nhlangano. Umcimbi we-ANC KwaZulu-Natal wokugubha usuku okwasungulwa ngalo inhlangano uhoxisiwe. Lesi simemezelo senziwe okhulumela i-ANC KwaZulu ...
UMENGAMELI Cyril Ramaphosa useveze ukuthi akasabuthi quthu ubuthongo ngenxa yezindaba zokuthi uphethroli uzonyuka kakhulu ...
KAZI kwakhala nyonini kokhomishana bamaphoyisa njengoba abaningi bephuma sebehlehla nyova singakapheli isikhathi sabo. Abake baba okhomishana mumva baphuma esikhundleni belandelwana iphunga lenkohlaka ...
Sekuqinisekisiwe ukuthi uphethiloli uzokhuphuka ngamalini kusukela ngoLwesithathu ngomhla ka-1 Ephreli 2026. UMnyango wezimbiwa udalule ukuthi uphethroli uzonyuka mawala naphezu kokuhoxiswa kwentela ...
Kulo mdlalo obekungokokuqala emlandweni ukuthi uBroos ashayelwe ekhaya, amagoli okuwine ngawo iPanama ashaywe ngoJose Cordoba ...
Amaphoyisa aboshwe kulindeleke ukuthi avele enkantolo yeMantshi ePitoli ...
Utuse iqhaza lezinyunyana zabasebenzi ekhuluma emhlanganweni ohlanganisa izinyunyana uMnuz Paul Mashatile, oyiPhini ...
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uCedric Kaze, uveza okwenza umdlali wasophondweni lwesokudla, uGlody Lilepo, abe ngumdlali omqoka kuleli qembu elisemshikashikeni wokulwela ukuqeda endaweni yesithathu ...
IHOLLYWOOD Foundation isikuqinisekisile ukuvulwa kokufakwa kwezicelo kosomabhizinisi abafisa ukuba yingxenye yezindondo amaBambelela Business Awards, okuyizindondo zaminyaka yonke ezihlose kakhulu ...
BENZA okungajwayelekile abazibiza ngokuthi Abafundi bakaJesu abazinze KwaMaphumulo njengoba belaxaza imisebenzi, bedela ...
AJABULE abuya nganeno amaqembu ezepolitiki nezinyunyana zabasebenzi ngokwehliswa kwentela kaphethroli ngo-R3 ngenxa yezinsolo ...